IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
220 Episodes
120 – 140

ZENZELE MBOKODO

UDr Shilex Tamara Shange ukhuthaza abantu ukuba benze imisebenzi yezandla ezobasiza ikubhekana nesimo somnotho.. Umuntu kumele alisebenzise ikhono analo.
19 Jun 2024 7 min

FATHERS [ OBABA]

UMfundisi Ndlazi ovela eBerea Church Durban uxoxa ngokubaluleka, indima, umsebenzi kababa emndenini.
13 Jun 2024 13 min

UKUBALULEKA KUKAMAMA

uMrs Nokulunga Gumede usifundisa ngokubaluleka kuka Mama futhi yini elindeleke kuMama.
23 May 2024 11 min

MENTAL HEALTH [UKUPHILA KOMQONDO]

UMrs Thembi Ngcobo ophuma kwa Durba and Coastal Mental health usincazela ngezimpawu nezimbangela zomqondo ophazamisekile. Okumele umuntu ekwenze uma ekulesisi,o.
16 May 2024 14 min

NOMBULELO SAWULE TESTIMONY

UNombulelo Sawule ohlala eMlazi usitshela ngokugula kwakhe ephethwe ikhanda isikhathi eside kodwa emva komkhuleko laphela. Uphakamisa amandla kaNkulunkulu
2 May 2024 10 min

UKUPHEPHA KOMNTWANA [ CHILD SAFETY]

UNqobile Precious Zungu ongusonhlalakahle e Phoenix Child Welfare ufundisa nokugcina abantwana bephephile. Okufanele sikwenze njengabazali nabaqaphi bezingane emakhaya, esikoleni nasemphakathini
13 Mar 2024 6 min
120 – 140